UMBUZO 1 Gr 10th B Khetha isihloko ESISODWA kwezilandelayo ubhale ngaso indaba ibe ngamagama angama-340 kuya kwangama-390. Bhala inombolo kanye nesihloko sendaba yakho. 1.1 Ngalolo Suku Ngazizwa Ngiliqhawe. 1.2 Izithombe. 1.3 Ubuhle Nobubi Bokuvakasha Ngamaholide. 1.4 Icala Lembula Ingubo Lingene. 1.5 Imali Ingumbulalazwe Esikhathini Samanje. Bhala indaba uphikisane noma uvumelane nalesi sihloko. 1.6 Izithombe ezilandelayo zichukuluza imizwa kanye nemicabango. Khetha isithombe ESISODWA ubhale ngaso indaba. Bhala inombolo yombuzo 1.6.1 noma 1.6.2 noma 1.6.3 bese uyinika isihloko indaba yakho. QAPHELA: Indaba vakho mavibe pobudlelwane peeith. [50] [50] [50] [50] [50]